{
    "guidelines.title": "Imibandela yabasenzisa uScratch",
    "guidelines.header": "sidinga usizo lwawo wonke umuntu ukugcina uscratch  enobungani futhi ewu mphakathi okhaliphile lapho abantu abavela ezindaweni ezahlukene futhi abathanda izinto ezahlukene bemukelekile  ",
    "guidelines.respectheader": "yiba nenhlonipho",
    "guidelines.respectbody": "uma udlulisa iprojekthi noma ufaka umbono, khumbula ukuthi abantu abahlukene ngeminyaka futhi abawela ezindaweni ezahlukene bazoyibona ",
    "guidelines.constructiveheader": "yiba nokwakha",
    "guidelines.constructivebody": "uma uphawula kwabanye, yisho into oyithandile futhi ufake nembono yakho. ",
    "guidelines.shareheader": "dlulisela",
    "guidelines.sharebody": "ukhululekile ukuxuba amaprojekthi, imibono ,izithombe noma okunye okuthola kuscratch -futhi wonke umuntu angakusebenzisa lokhu. Qiniseka ukuthi uyazinika izincomo uma uxuba.",
    "guidelines.privacyheader": "Gcina imininingwane iyimfihlo.",
    "guidelines.privacybody": "Ngezizathu zokuphepha, unganikezi ngolwazi ukuxhumana ngasese njengesibongo sakho sangempela , ifoni namba , ikheli, ikheli le-emayli, ukuxhuma kwizinkundla zokuxhumana noma ama-website ngezingxoxo ezingabhekisisiwe",
    "guidelines.honestyheader": "Yiba neqiniso",
    "guidelines.honestybody": "Ungazami ukuzenza abanye abasebenzisi baScratch, ukwandisa izinkulumo ezingekho noma uzame ubuqili emphakathini.",
    "guidelines.friendlyheader": "siza ugcine lenobungani",
    "guidelines.friendlybody": "uma ucabanga ukuthi iprojekthi noma umbono awumuhle, unenhlamba,ciphiza 'bika' uze usazise ngolokhu",
    "guidelines.footer": "Uscratch wamukela abantu bayo yonke iminyaka, izinhlanga,ubuzwe inkolo, amakhono, kanye nokwahlukana ngobulili. "
}